Thatha Isinyathelo
IsiZulu
Uhambo Lwakho Mayelana Nezikweletu Luqala Lapha
Lungisa Izikweletu Zakho, Uthuthukise I-credit Score Yakho!
I-Riqueza Wealth iyinkampani ehamba phambili nezinikele ekusizeni nasekufundiseni abathengi ngayo yonke into ephilisanayo mayelana nezikweletu. Amasevisi ethu ahlanganisa ukuphathwa kwezikweletu, ukulungisa isikweletu sakho, ukuthuthukisa amaphuzu akho kwa Credit Bureau, ukususa izikweletu eseziphelelwe yisikhathi (esezabola) kanye nokususa iFlag yakwa Debt Review.
Ngo R2399.00 kanye nje kuphela, kuzokunikeza wena njenge khasimende lethu ithuba lokufinyelela ekufundeni onke amacebo azokusiza ekulungiseni izikweletu zakho, kanye nokuzisusa ezisusekayo. Sikubhalele phansi KONKE oyoke ukudinge mayelana nezikweletu, nokuzilungisela izikweletu zakho kanye namathiphu ngokunyusa i credit score ngaphandle kokukhokha izinkulungwane zamarandi ukuze omunye umuntu akwenzele.
- Uzothola i-credit report yakho bese sikufonele sikubonise ngokumele ukwenze
- Uzophinde unikezwe amathuluzi nezinsiza zokuphatha izikweletu zakho njengespredishithi sebhajethi kanye namanye amadokhumenti akhethekile
- Sizokubhalisa kwi credit bureau i-Transunion unyaka owodwa (ukuze ukwazi ukubona i-credit report yakho nsuku zonke unyaka wonke)
- Siyakweseka futhi sisebenzisana nawe uma unenkinga nama credit bureau (ikakhulukazi uma ungayitholi impendulo kubo)
- Sikunika amagama awo wonke amabhange nezitolo eNingizimu Afrika kanye nokuthi imaphi ama-credit bureaus abawasebenzisayo uma bekuhlola
- Sikunika imibuzo kanye nezimpendulo ezivame ukubuzwa abantu abanezinkinga ngezikweletu
Asikulahli nje, sikwesekela unyaka wonke
IMALI YOKUSUSA i DEBT REVIEW AYIFAKIWE KULEMALI!
